LYRIC
Nami Lyrics – HLE
[Chorus]
Nami ngiyathandwa
Waze wangifela
Nami wang’ sindisa
Endaweni yobumnyama
Wangiphakamisa
Wangigezisisa
Kwaze kwamnandi
Ukwazana nawe
[Verse]
Bhekani uthando
Oluyisipho kithi
Alunamkhawulo
Lukwanele nawe
[Outro]
Nawe uyathandwa
Nawe wakufela
Kwaze kwamnandi
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
Sithi bhekani uthando
Oluyisipho kithi
Alunamkhawulo Lukwanele nawe
Sithi bhekani uthando
Oluyisipho kithi
Alunamkhawulo Lukwanele nawe
![]()
See Also:
Behold The Beauty Lyrics – The Jesus Collective

No comments yet