LYRIC

Ujesu’uyinkosi Lyrics – HLE

[Intro]
Ngithi woza sidumise
INkosi yokunqoba
Yena ongenakwehlulwa
(UJes′ oyinkosi)
Yena, uJehovah uyabusa
Uyawisa imibuso
Yena vez’ intando yakhe
(UJes′ oyinkosi)

[Chorus]
Nase mazulwini
(Kulawula yena)
Nalaph’ emhlabeni
(Kulawula yena)
Uyobusa njalo
(Uyobusa njalo) ingunaphakade
(Ingunaphakade) zizwe ziyovuma
(Zizwe ziyovuma)
(UJes’ uyinkosi)

[Verse]
Lalela
Imibuso yalomhlaba
Yona iyozamazama
Kodwa thina siyobheka
(KuJesu′ oyinkosi)
Yena ke
Ulithemba lethu lodwa
Ozwi lakhe liqinile
Umlom′ ongathethi manga
(UJes’ uyinkosi)

[Verse]
Ngithi khona ngiyokhumbula
(Khona ngiyokhumbula)
(Owang′thwalel’ umqhele) walenga ngenxa yami
(Walenga ngenxa yami) awu Nkosi yam
(UJes′ oyinkosi) yena wangiphakamisa
(Wangiphakamisa) wang’bek edwaleni uJesu
(Wang’bek′ edwaleni) ngiyombonga njalo
(Ngiyombonga njalo)
(UJes′ oyinkosi) nase mazulwini

[Chorus]
(Nase mazulwini) kulawula yena
(Kulawula yena) nalaph’ emhlabeni
(Nalaph′ emhlabeni)
(Kulawula yena)
Uyobusa njalo
(Uyobusa njalo) ingunaphakade
(Ingunaphakade) zizwe ziyovuma
(Zizwe ziyovuma)
(UJes’ uyinkosi) nase mazulwini

(Nase mazulwini)
(Kulawula yena)
Nalaph′ emhlabeni (Nalaph’ emhlabeni)
(Kulawula yena)
Uyobusa njalo
(Uyobusa njalo) ingunaphakade
(Ingunaphakade) yen′ uyobusa njalo

[Tag]
(Uyobusa njalo) ingunaphakade
(Ingunaphakade)
(Uyobusa njalo)
(Ingunaphakade)
(Zizwe ziyovuma)
(UJes’ uyinkosi)

[Bridge]
Awuwenze kancane
Ihhi ihhi ihhi
Woza (Ihhiii ihhiii)
(Ihhiii ihhiii ihhiii ihhiii) awu thina sithi hallelujah
(Hallelujah)
Sithi hallelujah (Hallelujah)
Sithi hallelujah (Hallelujah)
Sithi hallelujah (Hallelujah)

Hallelujah hallelujah hallelujah hallelujah yelele
(Hallelujah hallelujah hallelujah hallelujah)

Ay uphakem’ uyiZulu
Uphakem′ uyiZulu
Uphakem′ uyi-
Sithi hallelujah (Hallelujah)
Hallelujah (Hallelujah)
Sithi hallelujah (Hallelujah)
Sithi hallelujah (Hallelujah)

[Outro]
Wena, uyasabeka uyiZulu
Uyasabeka uyiZulu
(Uyasabeka uyiZulu)
(Uyasabeka uyiZulu)

The Ground We're On Cover Art_HLE

See Also:

Behold The Beauty Lyrics – The Jesus Collective

Added by

Just Gospel Lyrics

SHARE

Your email address will not be published. Required fields are marked *

ADVERTISEMENT